Funda lesi siqeshana bese uphendula imibuzo elandelayo yolimi: Abasebenzi abaningi bakushayela ihlombe ukusebenzela ekhaya ngesikhathi izwe livalwa ngenxa yokhuvethe. Babejatshuliswa ikakhulukazi uk

I-Asayinimenti yoku -1

UMBUZO 1

1. Chaza umehluko phakathi konkamisa kanye nongwaqa? Chaza bese unikeza izibonelo zonkamisa kanye nongwaqa. (6)

Onkamisaimisindo ephinyiswa umlomo uvulekile. Akub Ongwaqa i khona ukuvimbeka komoyaemlonyeni Uma kuphinyiswa Onkamisa.Onkamisa besizulu bahlanu (a, e, I, o, u)beseOngwaqaimisindo ephinyiswa kube khona ukuphazamiseka komoya noma kokuphuma komoyaemlonyeni. Ongwaqa baningi kakhulu kunonkamisa.bachazwa ngezindlela ezimbili(indawoemlonyeni umsindo ophinyiswakuyo, indlela umsindo ophinyiswa ngayo)

2. EsiZulwini kukhona onkamisa bemvelo kanye nabokuvela. Yisho ukuthi yibaphi onkamisa bemvelo bese usho futhi ukuthi yibaphi abokuvela. (4)

3. Chaza ukuthi ongwaqa abalandelayo baphinyiswa kanjani, ngokwendawo kanye nendlela abaphinyiswa ngayo. (place of articulation and manner of articulation). (10)

  1. /h/

  2. /bh/

c) /sh/

d) /th/

e) /k/

UMBUZO 2

Funda lesi siqeshana bese uphendula imibuzo elandelayo yolimi:

Abasebenzi abaningi bakushayela ihlombe ukusebenzela ekhaya ngesikhathi izwe livalwa ngenxa yokhuvethe. Babejatshuliswa ikakhulukazi ukunyuka kukaphethioli ezweni okungeke kusabaphazamisa.

Babona kungcono uma besebenzela emakhaya ngoba angeke besagcwalisa

izimoto ngophethiloli masonto onke ukuze baye emsebenzini. Abesifazane abanabantwana bona bakushayele ihlombe kakhulu lokhu kusebenzela ekhaya ngoba bathi besemhlanganweni belalele kumakhalekhukhwini noma kukhompuyutha, bebe befaka izingubo emshinini wokuwasha, bebonda uphuthu esitofini, noma bewasha nezitsha. Abesifazane bavuka bageze

ubuso kuphela, bese benza isidlo sasekuseni, bahlanze nendlu ngaphambi kokuqala umsebenzi wabo womqashi. Abesilisa bona bavuka bageze ongazi angathi baya emsebenzini kanti cha, badle isidlo sasekuseni bese behlala kumakhompuyutha benze umsebenzi wabo wosuku.

1.1 Gagula inguquko yefonoloji eyenzeke emagameni abhalwe ngokugqamile, uveze nokuthi yenzeke kanjani. (20)

1.2 Cozulula amagama alandelayo ngamalunga awo:

a) "Ihlombe"

b) "Nendlu"

c) "Emshini" ukuba abantu bangathanda ukubuyela kwiindawo ezilula kwaye ziyiyo ngokuzenzakalela kwawo.