Answered You can buy a ready-made answer or pick a professional tutor to order an original one.
Funda lesi siqeshana bese uphendula imibuzo elandelayo yolimi: Abasebenzi abaningi bakushayela ihlombe ukusebenzela ekhaya ngesikhathi izwe livalwa ngenxa yokhuvethe. Babejatshuliswa ikakhulukazi uk
Funda lesi siqeshana bese uphendula imibuzo elandelayo yolimi:
Abasebenzi abaningi bakushayela ihlombe ukusebenzela ekhaya ngesikhathi izwe livalwa ngenxa yokhuvethe. Babejatshuliswa ikakhulukazi ukunyuka kukaphethioli ezweni okungeke kusabaphazamisa.
Babona kungcono uma besebenzela emakhaya ngoba angeke besagcwalisa
izimoto ngophethiloli masonto onke ukuze baye emsebenzini. Abesifazane abanabantwana bona bakushayele ihlombe kakhulu lokhu kusebenzela ekhaya ngoba bathi besemhlanganweni belalele kumakhalekhukhwini noma kukhompuyutha, bebe befaka izingubo emshinini wokuwasha, bebonda uphuthu esitofini, noma bewasha nezitsha. Abesifazane bavuka bageze
ubuso kuphela, bese benza isidlo sasekuseni, bahlanze nendlu ngaphambi kokuqala umsebenzi wabo womqashi. Abesilisa bona bavuka bageze ongazi angathi baya emsebenzini kanti cha, badle isidlo sasekuseni bese behlala kumakhompuyutha benze umsebenzi wabo wosuku.
Babejatshuliswa, masonto, besemhlanganweni, womqashi
1.1 Gagula inguquko yefonoloji eyenzeke emagameni abhalwe ngokugqamile, uveze nokuthi yenzeke kanjani. (20)
1.2 Cozulula amagama alandelayo ngamalunga awo:
a) ihlombe
b) nendlu
c) emshini
- @
- 139 orders completed
- ANSWER
-
Tutor has posted answer for $10.00. See answer's preview
***** the attachment *****